Sgabiso Cheetah amp Dumakahle Soka lami
>> YOUR LINK HERE: ___ http://youtube.com/watch?v=AlXkV7FSanw
http://maskandi.co.za • u Sgabiso i Cheetah, isilwane esihle ngemibala yaso kodwa siyesabeka ngobungozi baso. Umfana wase Weenen naye ulitholile ithuba lokuthi anandise phela kulomcimbi. Wayishaya edlala iingoma ezintsha sha, wathi iGoli lingehlule, kungcono ngithathe imithwalo ngibuyele ekhaya. Yaze yamnandi ingoma, bayishosholoza. U Sgabiso ulikhiphile naye elakhe i-album ngoLwesithathu, 28th March 2018. Ngeyi 7 April 2018 uzobe enandisa eMnambithi namanye amaqembu emcimbini wakwaGuqa, umcimbi weNdlamlenze. U Sgabiso kade ehamba no Dumakahle, omunye futhi uMaskandi oselula.
#############################
