Ufukara Sio Kilema with Lyrics by Les Wanyika
>> YOUR LINK HERE: ___ http://youtube.com/watch?v=YKRWm76_ZhI
Gospel Song Ukuzuza Ukuphila Okuphakade, Kufanele Wazi Umthombo Wakho (Zulu Subtitles) • UNkulunkulu uwumthombo wokuphila komuntu; • izulu nomhlaba kuphila ngamandla Akhe. • Akukho okuphilayo okungazikhulula ekubuseni nasegunyeni likaNkulunkulu. • Akunandaba ukuthi ungubani, • wonke umuntu kufanele alalele uNkulunkulu, • athobele ukubusa Kwakhe, ukuqondisa nemiyalelo Yakhe! • Mhlawumbe ulangazelela ukuthola ukuphila neqiniso, • ukuthola uNkulunkulu ongamethemba ukuze uthole ukuphila okuphakade. • Uma ufuna ukuthola ukuphila okuphakade, • thola umthombo wakho nalapho uNkulunkulu ekhona. • UNkulunkulu ungukuphila okungaguquki, • nguye kuphela onendlela yokuphila. • Ngoba uNkulunkulu uyindlela yokuphila, • uNkulunkulu uyindlela yokuphila okuphakade. • Ezinsukwini zokugcina umsebenzi kaNkulunkulu musha. • Uyinkosi yezulu nomhlaba. • Uyinsika kuzo zonke izinhliziyo, • futhi uyaphila futhi uyaphefumula phakathi kwabantu. • Kulapho kuphela engaletha khona ukuphila okusha bese eholela umuntu endleleni yokuphila. • UNkulunkulu uza emhlabeni azohlala phakathi kwabantu, • ukuze umuntu azuze ukuphila bese ephila. • UNkulunkulu uyala umhlaba ukuba usebenzele umsebenzi Wakhe wokuphatha. • Hhayi ezulwini noma enhliziyweni yomuntu kuphela, • uNkulunkulu uyaphila kulo mhlaba. • Ukuphika leli qiniso ngeke kukulethele indlela yeqiniso noma ukuphila. • Uma ufuna ukuthola ukuphila okuphakade, • thola umthombo wakho nalapho uNkulunkulu ekhona. • UNkulunkulu ungukuphila okungaguquki, • nguye kuphela onendlela yokuphila. • Ngoba uNkulunkulu uyindlela yokuphila, • uNkulunkulu uyindlela yokuphila okuphakade. • Uma ufuna ukuthola ukuphila okuphakade, • thola umthombo wakho nalapho uNkulunkulu ekhona. • UNkulunkulu ungukuphila okungaguquki, • nguye kuphela onendlela yokuphila. • Ngoba uNkulunkulu uyindlela yokuphila, • uNkulunkulu uyindlela yokuphila okuphakade. • UNkulunkulu ulawula izulu nomhlaba, • uyiyo yodwa indlela eya ekuphileni. • UNkulunkulu uyindlela eya ekuphileni okuphakade. • kwethi Izwi Livela Lisenyameni • Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile. • Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangenisi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo konoma iyiphi inhlangano yesithathu futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo. • Okuqukethwe kule vidiyo kuhunyushwe konke abahumushi abangongcweti. Nokho, ngenxa yokwehlukana ngokolimi njll., inani elincane lokunganembi aligwemeki. Uma uthola noma yikuphi ukunganembi okunjalo, sicela ubheke umbhalo wokuqala wesiShayina, futhi ukhululeke ukusithinta usazise. • IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO: https://zu.kingdomsalvation.org/ • IBandla LikaNkulunkulu USomandla:https://zu.godfootsteps.org/ • Wamukelekile ukuthwebula i-app yeBandla LikaNkulunkulu uSomandla: • Google Play : https://play.google.com/store/apps/de... • App Store : https://apps.apple.com/za/app/the-chu... • Izingoma Ezintsha Zombuso App: • Google play: http://bit.ly/2WJSz17 • App store: https://apple.co/2KnS8b9 • E-mail: [email protected] • inombolo: +33-62-95-66-925
#############################
